Inhlangano yalabo ababhekelele ukubuyisana endaweni yase-Phoenix, enyakatho yeTheku, i-Phoenix Peace Committee ithi yize noma sekuphele iminyaka emihlanu kwaba nezibhelu zango July ka 2021 kepha ubulungiswa abukenziwa. Kulenyanga kuphela iminyaka emihlanu kwaba nalezibhelu ezabheduka ngemuva kokuboshwa kukaloyo owayengumengameli, u-Jacob Zuma nokwaholela ekutatshweni kwempahla ngodli ezitolo zasemadolobheni kwizifundazwe i-KwaZulu-Natali ne-Gauteng. Ngemuva kwalokhu kwadutshulwa kwabulawa abantu abangamashumi amathathu nesithupha e-Phoenix, abanye babo ababengahlangene nalezehlakalo zokutapa.
Sixoxisane noyilungu lesigungu esiphezulu kwi-Phoenix Peace Committee, uMxolisi Myeni, mayelana nalokhu.

ABASIKI BEBUNDA: LIQUOR TRADERS FEAR TREASURY'S PLAN FOR WINE AND BEER TAX MAY LEAD JOB LOSES
05:55

ABASIKI BEBUNDA: SAHPRA WARNS AGAINST THE RISE OF ILLICIT MEDICATION
06:42

EZANAMUHLA:UNGAZIBULALI AWARENESS CAMPAIGN ON MEN'S HEALTH AWARENESS CONFERENCE.
08:19