Kulindeleke ukuthi abuyele enkantolo yemantshi yase East London, kwisifundazwe i-Eastern Cape ngoLwesine uthisha osolwa ngokuyenga izingane ukuthi zithengise ngomzimba. Lona wesifazane oyiphini likathishanhloko uvele enkantolo ngesonto eledlule lapho ebhekane khona namacala okushushumbisa izingane zamantombazane. Lezingane ezineminyaka ephakathi kuka 16 no 23 zisuka ezindaweni zasemakhaya zase Eastern Cape, okubalwa eyaseQumbu naseNgqeleni.
Sixoxisane nesishoshovu esilwela amalungelo abantwana nomqondisi kwinhlangano yomphakathi, iKhula Community Development Project, u-Petros Majola.

EZANAMUHLA: KZN COSATU CONDEMNS COLLAPSE OF TONGAAT HULETT BUSINESS RESCUE PROCESS.
08:51

EZANAMUHLA: UKZN ECONOMIST ON LIQUIDATION PROCESS OF SUGAR GIANT, TONGAAT HULETT.
19:27

Ungqongqoshe wezobudlelwano namanye amazwe uRonald Lamola uthi bazogcina bezibuyise zonke izakhamizi zakuleli ezibhajwe empini yaseRussia
07:56