Kulindeleke ukuthi abuyele enkantolo yemantshi yase East London, kwisifundazwe i-Eastern Cape ngoLwesine uthisha osolwa ngokuyenga izingane ukuthi zithengise ngomzimba. Lona wesifazane oyiphini likathishanhloko uvele enkantolo ngesonto eledlule lapho ebhekane khona namacala okushushumbisa izingane zamantombazane. Lezingane ezineminyaka ephakathi kuka 16 no 23 zisuka ezindaweni zasemakhaya zase Eastern Cape, okubalwa eyaseQumbu naseNgqeleni.
Sixoxisane nesishoshovu esilwela amalungelo abantwana nomqondisi kwinhlangano yomphakathi, iKhula Community Development Project, u-Petros Majola.

EZANAMUHLA: ANIMAL SCIENCE AND ANIMAL HEALTH EXPERT WEIGHS IN ON KZN FOOT-AND-MOUTH DISEASE OUTBREAK.
09:51

EZANAMUHLA: EFF ON THEIR BUDGET SPEECH EXPECTATIONS.
05:09

EZANAMUHLA: JMPEJD ON BUDGET EXPECTATIONS
06:19