Umkhandlu omele abafundi, i-Student Representative Council (SRC) enyuvesi yaKwaZulu, oNgoye uthi nakuba inkinga yamanzi kumele ilungiswe umasipala wase Mhlathuze kodwa nenyuvesi kumele engabe inawo amanzi ewabekele izimo ezifana nalezi. Lokhu kulandela ukumiswa kokufunda kanye nokufundisa kule nyuvesi ngenxa yokuntuleka kwamanzi osekudonse isikhathi esingaphezu kwenyanga.
Sixoxisane nomengameli we SRC yaso Ongoye, uSazi Ndlela.

EZANAMUHLA: SACE ON THE VETTING OF EDUCATORS IN THE NATIONAL CHILD PROTECTION REGISTER..
24:36

EZANAMUHLA: NATU WELCOMES THE VETTING PROCESS IN THE CHILD PROTECTION REGISTER.
08:06

EZANAMUHLA: SAHRC TO ADDRESS UNDER-REPORTING OF SEXUAL OFFENCES IN KZN.
08:02