Ikhomishana ebhekelele abathengi i-National Consumer Commission, isinxuse abathengi abasasebenzisa umkhiqizo i-Domestos Lemon ne Domestos Summer Fresh okukhiqizwe phakathi kuka-August no-September nonyaka ukuthi bayibuyisele lapho beyithenge khona.
Sixoxisane nokhulumela i-National Consumer Commission, uPhetho Ntaba, mayelana nalokhu.