Ukhozi FM Current AffairsUkhozi FM Current Affairs

EZANAMUHLA: NATIONAL CONSUMER COMMISSION ON NON-COMPLIANCE WITH THE CPA IN KZN.

View descriptionShare

Ikhomishane kazwelonke ebhekele abathengi, i-National Consumer Commission, ithi abanye abahwebi bayaqhubeka nokungayilandeli imibandela yomthetho ovikela abathengi. Lokhu kuvele ngesikhathi lekhomishane nezinhlaka zomthetho begasele emadolobheni aKwaZulu-Natali, okubalwa iTheku, uMgungundlovu, iPhayindane kanye nasemalokishini aseThekwini, okubalwa iNanda noMlazi.

Sixoxisane nokhulumela i-National Consumer Commission, uPhetho Ntaba, mayelana nalokhu. 

  • Facebook
  • X (Twitter)
  • WhatsApp
  • Email
  • Download

In 2 playlist(s)

Ukhozi FM Current Affairs

Ukhozi FM News and Current Affairs. Brought to you by SABC News.
Social links
Recent clips
Browse 763 clip(s)