Luyaqhubeka uhlelo lukazwelonke lokugonywa kwemfuyo igonyelwa isifo samatele. Uhulumeni wahlonza ukubheduka kwalesisifo njengesimo senhlekelele, kanti sezihlonzwe kuzona zonke izifundazwe. Abanye abalimi baya enkantolo njengoba befuna ukuthi nabo bathole imvume yokuzithengela imigomo bazigomele bona imfuyo.
Sibheka ukuqhubeka kohlelo lokugonywa kwemfuyo nomthelela waso lesisifo no Peter-John Hassard ongusihlalo wenyunyana yabalimi, i-KwaNalu futhi oyiphini lkasihlalo we Red Meat Producers Association.

EZANGEMPELASONTO: SANDU DETAILS CHALLENGES WITH DEPLOYMENT OF SANDF IN CRIME-RIDDEN AREAS
14:42

EZANAMUHLA: RTMC issues warning to road users ahead of Easter Weekend
22:24

ABASIKI BEBUNDA: OUTRAGE OVER NIGERIAN KING CORONATION IN KUGOMPO CONTINUES
08:55