Ibhodi elengamele umhlaba wesizwe samaZulu, iNgonyama Trust Board, lithi kungamampunge ukuthi iSilo samaZulu, uMisuzulu kaZwelithini ubengaziswanga futhi engamenyangwa emhlanganweni wezamabhizinisi obuse Inkosi Albert Luthuli ICC eThekwini. Lelibhodi liphinde lakhala nangendlela abezindaba ababike ngalo ngaloludaba. Lokhu kulandela ukugasela kwalabo abazibiza ngamabutho kaZulu ngesikhathi kuqhubeka lomhlangano, bekhala ngokuthi iSilo uMisuzulu ubengabikeliwe ngawo.
Sixoxisane nenhloko yezezimali ye-Ngonyama Trust Board, uSiyamdumisa Vilakazi, mayelana nalokhu.

EZANAMUHLA: GROUND-WORK COLLECTIVE REACTS TO VOTER APATHY.
30:18

ABASIKI BEBUNDA: CONTRALESA CONDEMNS "AMABUTHO" DISRUPTING INGONYAMA TRUST INDABA
06:25

ABASIKI BEBUNDA: ZULU ROYAL HOUSE REFUTES CLAIMS KING MISUZULU KAZWELITHINI SANCTIONED "AMABUTHO" DISRUPTING INGONYAMA TRUST INDABA
06:15