Oyinhloko yezokhetho kwikhomishane yokhetho ezimele, i-IEC esifundazweni iKwaZulu-Natali uthi kusemqoka ukuthi abantu babhalise ezindaweni abazobe bevotela kuzona ngokhetho lomasipala oluzoba mhla zizine ngo-November nonyaka. UNtombifuthi Masinga ubekhuluma ngaphambi kwempelasonto yokubhalisela ukhetho kanye nokuqinisekisa imininingwane yalabo asebebhalisile.
Sixoxisane noNtimbifuthi Masinga, oyinhloko yezokhetho kwi-IEC kwisifundazwe iKwaZulu-Natali.

EZANAMUHLA: CONTRALESA ON SOLUTION TO ILLEGAL IMMIGRATION MARCHES.
05:21

EZANAMUHLA: AHMED KATHRADA FOUNDATION ON RALLY AGAINST SHUTDOWN.
09:37

ABASIKI BEBUNDA: MTUBATUBA RESIDENTS TAKE TO THE STREETS OVER LAND SALE ISSUES
08:17