Inhlangano elwa nodlame olubhekiswe kwabesifazane, i-Initiative for Strategic Litigation in Africa for Rise Against Gender Based Violence Organisation, ithi uhulumeni noma kukhona akwenzayo ukulwa nesihlava sokubulawa kwabesifazane kepha akwanele. Lenhlangano ithi nakuba iNingizimu Afrikha inemithetho ekulungele ukubhekana naloludlame kepha inkinga enkulu ukuqinisekisa ukuthi lemithetho iyahlonishwa.
Sixoxisane nomqondisi we-Initiative for Strategic Litigation in Africa for Rise Against Gender Based Violence Organisation, uSibongile Ndashe, mayelana nalokhu.

EZANAMUHLA: GROUND-WORK COLLECTIVE REACTS TO VOTER APATHY.
30:18

ABASIKI BEBUNDA: CONTRALESA CONDEMNS "AMABUTHO" DISRUPTING INGONYAMA TRUST INDABA
06:25

ABASIKI BEBUNDA: ZULU ROYAL HOUSE REFUTES CLAIMS KING MISUZULU KAZWELITHINI SANCTIONED "AMABUTHO" DISRUPTING INGONYAMA TRUST INDABA
06:15