Ukhozi FM Current AffairsUkhozi FM Current Affairs

EZANAMUHLA:Bheki Ma-events Twala (Founder & President: Township Economic Commission SA "TECSA" on the launched the half a billion Spaza Shop Support Fund in Soweto by Trade, Industry and Competition minister Parks Tau and the minister of Small Business Development, Stella Ndabeni..

View descriptionShare

Ukhozi Current Affairs

Ukhozi Current Affairs
700 clip(s)
Loading playlist

UNgqongqoshe wezokuthengiselana, ukuncintisana nezimboni u Parks Tau kanye no Ngqongqoshe wokuthuthukiswa kwamabhizinisi amancane u Stella Ndabeni bethule ngokusemthethweni isikhwama semali ezizoxhasa ama Spaza Shops. 

Lesi sikhwama sihlose ukuxhasa izitolo zama spaza asemthethweni aphethwe abantu abansundu emalokishini aseNingizimu Afrika, kanti sizogxila kakhulu kosomabhizinisi abasebancane, abesifazane kanye nabantu abakhubazekile.

Sibe nengxoxo ekhethekile nongumsunguli ophinde abe umengameli wenhlangano i TECSA u Bheki Thwala

  • Facebook
  • X (Twitter)
  • WhatsApp
  • Email
  • Download

In 2 playlist(s)

Ukhozi FM Current Affairs

Ukhozi FM News and Current Affairs. Brought to you by SABC News.
Social links
Recent clips
Browse 739 clip(s)