Ukhozi FM Current AffairsUkhozi FM Current Affairs

EZANAMUHLA: AGRICULTURAL ECONOMIST ON US TARIFFS TAKING EFFECT TOMORROW..

View descriptionShare

Njengoba kusasa iMelika kulindeleke ukuthi iqalise ukufaka intela ekhokhiswa amazwe uma kuhwebelwana, iNingizimu Afrikha kulindeleke ukuthi ilahlekelwe kakhulu. Imikhakha ekulindeleke ukuthi ithinteke kakhulu eyezolimo, eyezimoto kanye nabakhiqizi bamawayini. 

Umengameli waseMelika, u Donald Trump, umemezele lentela ngenyanga edlule ngoba ekhala ngokuthi kunokungalingani ekuhwebelaneni phakathi kweNingizimu Afrikha nelaseMelika.

Sibe nengxoxo nosomnotho omkhulu wezolimo ovela kwinhlangano i National Agricultural Marketing Council (NAMC), uThabile Nkunjana, mayelana nalokhu. 

  • Facebook
  • X (Twitter)
  • WhatsApp
  • Email
  • Download

In 2 playlist(s)

Ukhozi FM Current Affairs

Ukhozi FM News and Current Affairs. Brought to you by SABC News.
Social links
Recent clips
Browse 765 clip(s)