Isithinte abantu abaningi i-video yentombazanyana eneminyaka engu 9, ezungeza ezinkundleni zokuxhumana.
Kule video kuvela lengane inxusa noma ngubani onolwazi lokuthi kwenzekalani kunina ethi ayikaze imbone, ukuba aphumele obala ayichazele ukuthi kwenzekani kuyena.
Lokhu kuholele ekutheni amaphoyisa ase Mtshezi aphume inqina, ekugcine kuholela ekutheni kutholwe amathambo okusolwa ukuthi ngawakhe unina kwabe sekuboshwa nabasolwa, okusolakala ukuthi bayathinteka ekunyamalaleni kwakhe.
Ohlelweni sixhumane nokhansela Vikizitha Mlotshwa ophinde abe yiMeya yomkhandlu wasOkhahlamba enkabeni yesifundazwe iKwaZulu-Natal.

EZANAMUHLA:ATM on ConCourt set to rule on Phala Phala scandal.......
08:45

ABASIKI BEBUNDA: EXCLUSIVE INTERVIEW WITH ACTIONSA EKURHULENI MAYORAL CANDIDATE XOLANI KHUMALO ON ALL THINGS POLITICS, ILLEGAL IMMIGRANTS AND CRIME IN OUR COMMUNITIES
41:22

EZANAMUHLA:KwaNalu KZN and Deputy Chairperson of Red Meat Producers on on their reaction to the announcement by the the Minister of Agriculture John Steenhuisen, that all Foot and Mouth disease restrictions in KwaZulu-Natal have been lifted
12:19