ISantaco esifundazweni iWestern Cape, ihlele ukushintsha indlela okukhokhwa ngayo, kusetshenziswe ubuchwepheshe besimanje ukuze kunqandwe ubugebengu kuphinde kwenziwe le mboni ibe sezingeni njengezinye izimboni. Le nhlangano ibinomhlangano nezinhlaka ezahlukene okubalwa kuzona uhulumeni, amaphoyisa kanye nezinye ukuze kuthuthukiswe le mboni yezamatekisi.
Sixoxisane no Mandla Hermanus usihlalo weSantaco kulesi sfundazwe othi inhloso yabo ukushintsha indlela abantu ababuka ngayo le mboni njengoba yaziwa ngokuthi ivamise ukuba nezinxushunxushu.

ABASIKI BEBUNDA: COSATU REJECTS POST OFFICE LIQUIDATION PLANS
06:11

ABASIKI BEBUNDA: CITY OF UMHLATHUZE CONDEMNS INCIDENTS OF VANDALISM
08:08

EZANGEMPELASONTO: ALL SYSTEMS GO FOR THE NATIONAL LANGUAGE SUMMIT
36:23