Ukhozi FM Current AffairsUkhozi FM Current Affairs

ABASIKI BEBUNDA: SACP CONTINUES SEEKING INDEPENDENCE AS A PARTY

View descriptionShare

Okhulumela i-SACP kuzwe lonke, uMbulelo Mandlana, ugcizelele ukuthi abanazo izinhlelo zokushiya kwimbumba engunxantathu, neANC ngokungenela ukhetho lohulumeni bezindawo ngonyaka owedlule izimele.  Leli qembu beligubha imnyaka eyikhulu nane ngempelasonto kwaDlangezwa eduze neRichards Bay, lapho eligcizelele khona ukuthi liseyinhlelweni zokwenza lokho okwaphakanyiswa kwingqungquthela yalo ngo 2022.

Noma kunjalo uthi unobhala jikelele we SACP - u Solly Mapaila -  utshele izihambeli zalo mgubho ukuthi bakhathele ukubamba iqhaza kwizingxoxo ezingapheli ne-ANC, nezinqumo ezithathwayo ezingayi ndawo. 

  • Facebook
  • X (Twitter)
  • WhatsApp
  • Email
  • Download

In 2 playlist(s)

Ukhozi FM Current Affairs

Ukhozi FM News and Current Affairs. Brought to you by SABC News.
Social links
Recent clips
Browse 790 clip(s)