Okhulumela i-SACP kuzwe lonke, uMbulelo Mandlana, ugcizelele ukuthi abanazo izinhlelo zokushiya kwimbumba engunxantathu, neANC ngokungenela ukhetho lohulumeni bezindawo ngonyaka owedlule izimele. Leli qembu beligubha imnyaka eyikhulu nane ngempelasonto kwaDlangezwa eduze neRichards Bay, lapho eligcizelele khona ukuthi liseyinhlelweni zokwenza lokho okwaphakanyiswa kwingqungquthela yalo ngo 2022.
Noma kunjalo uthi unobhala jikelele we SACP - u Solly Mapaila - utshele izihambeli zalo mgubho ukuthi bakhathele ukubamba iqhaza kwizingxoxo ezingapheli ne-ANC, nezinqumo ezithathwayo ezingayi ndawo.

EZANGEMPELASONTO: SANDU DETAILS CHALLENGES WITH DEPLOYMENT OF SANDF IN CRIME-RIDDEN AREAS
14:42

EZANAMUHLA: RTMC issues warning to road users ahead of Easter Weekend
22:24

ABASIKI BEBUNDA: OUTRAGE OVER NIGERIAN KING CORONATION IN KUGOMPO CONTINUES
08:55