I-SA Cabin Crew Association ithi inkampani i-Airports Company South Africa kufanele ijeze ngokuvumela umgibeli ukuba adlule kubaqaphi besikhumulo sezindiza, i-O.R. Tambo International Airport, ephethe amabhomu amabili okuziqeqesha emthwalweni wakhe. Lomgibeli kubikwa ukuthi uze wabonwa ngoba esehla esikhumulweni sezindiza iBole eInternational Airport, e-Ethiopia. Esitatimende esikhiphile i-Airports Company South Africa (ACSA), ikuqinisekisile ukuthi yaziswe ngalesisehlakalo yinkampani yezindiza yase Ethiopia.
Sixoxisane nomengameli we-SA Cabin Crew Association, Advocate Christopher Shabangu.

EZANGEMPELASONTO: ALL SYSTEMS GO FOR THE NATIONAL LANGUAGE SUMMIT
36:23

EZANAMUHLA: BOBBIE BEAR ON THE STATUS OF CHILDREN WHO ARE STATELESS DUE TO NOT HAVING PROPER DOCUMENTS.
32:32

EZANAMUHLA: Border Management Authority has begun a campaign to eradicate corruption at the country's ports of entry.
06:00