I National Association of School Governing Bodies (NSAGB), isinxuse imiphakathi ukuba ihloniphe imthetho yemigwaqo, ukuze kugwenywe izingozi zomgwaqo eziholela ekulahlekeni kwemiphefumulo. Lokhu emva kwengozi enyantisa igazi eyenzeke e Vanderbijl Park- phakathi kwe tekisi ethutha abafundi neloli eholele ekutheni kushone abafundi abayishumi nantantathu, kanti abanye besesimweni esibucayi esibhedlela.
Sixoxisane Matakanye Matakanye unobhala we National Association of School Governing Bodies

EZANAMUHLA: SADTU MOURNS THE DEATH OF LEARNERS
08:27

ABASIKI BEBUNDA: COSAS CALLS FOR SCHOLAR TRANSPORT SYSTEM REVIEW AFTER 13 LEARNERS DIE
06:34

EZANAMUHLA: KZN RED CROSS TO PROVIDE AID IN MKHANYAKUDE
05:40