Ukhozi FM Current AffairsUkhozi FM Current Affairs

ABASIKI BEBUNDA: NPC CALLS OUT DOE KZN OVER DAMAGED SCHOOL PROPERTY

View descriptionShare

Inhlangano yomphakathi engenzi nzuzo, iVuthamuphilo NPC, izwakalise ukukhathazeka ngesimo sezikole zaseMbo eMbumbulu ngaphandle kwaseThekwini. Lokhu emva kokupheshukelwa uphahla ngo2014 kanye nokulinyalalelwa ingqalasizinda okungakaze kulungiswe kuze kube manje. Lokhu naphezu kokuba owayengungqongqoshe wezemfundo ngaleso skhathi, uAngie Motshekga, nowayengu ngqongqoshe esifundazweni uKwazi Mshengu bahambela le ndawo ukuyohlola isimo. 

Sixoxisane noSizwe Mngoma, wenhlangano engenzi nzuzo - iVuthamuphilo NPC - oveze ukuthi indawo okwakhiwe kuyona iMngangeni Secondary School ne Vumelethu High School ingaphansi komaspala weTheku kodwa izikole zingaphansi komaspala wesifunda sasOgwini. 

Ungqongqoshe wezemfundo esifundazweni iKwaZulu-Natal, uphendulile kulolu daba kwisiqephu esilandelayo.

  • Facebook
  • X (Twitter)
  • WhatsApp
  • Email
  • Download

In 2 playlist(s)

Ukhozi FM Current Affairs

Ukhozi FM News and Current Affairs. Brought to you by SABC News.
Social links
Recent clips
Browse 763 clip(s)