Inyunyana yothisha, i-National Teachers' Union (NATU) income isinqumo somnyango wezemfundo esifundazweni iKwaZulu-Natali sokuqala uphenyo oluzimele ngezinsolo ezivele kwi video esabalele ezinkundleni zokuxhumana ethinta isikhulu esiphezulu emnyangweni, uMuzi Mahlambi.
Kule video kuvela izinsolo zokuthi uMahlambi uyathinteka ekudayisweni kwemisebenzi yothisha. Umengameli we Natu, uSibusiso Malinga unxuse ukuthi lolu phenyo lungagcini ngale video kuphela, kodwa kuphenywe zonke izikhulu zomnyango ezibhekelele ezabasebenzi (Human Resources) kanye nabasebenza emahhovisi omnyango kwizifunda.

ABASIKI BEBUNDA: LIQUOR TRADERS FEAR TREASURY'S PLAN FOR WINE AND BEER TAX MAY LEAD JOB LOSES
05:55

ABASIKI BEBUNDA: SAHPRA WARNS AGAINST THE RISE OF ILLICIT MEDICATION
06:42

EZANAMUHLA:UNGAZIBULALI AWARENESS CAMPAIGN ON MEN'S HEALTH AWARENESS CONFERENCE.
08:19