Uhulumeni uthi senyuke mawala isibalo sabantu bokufika abadabuka eMalawi abasele dengwane eMgungundlovu. Kusanda kubulawa umlisa oneminyaka engu-29, okusolwa ukuthi uhlaselwe wabulawa iqulu endaweni eyimikhukhu iJika Joe ngolwesihlanu olwedlule. Kunezinsolo zokuthi lesi sganeko siphoqe amakhulu abokufika ukuba abaleke ezindaweni abahlala kuzona bayobhaca emasontweni.
Imeya yedolobha uMzimkhulu Thebolla uthi basezinhlelweni zokulungisa indawo lapho leli dlanzana labokufika elizothola kuyona usizo lokubuyela ezweni lwabo

EZANAMUHLA: CONTRALESA ON SOLUTION TO ILLEGAL IMMIGRATION MARCHES.
05:21

EZANAMUHLA: AHMED KATHRADA FOUNDATION ON RALLY AGAINST SHUTDOWN.
09:37

ABASIKI BEBUNDA: MTUBATUBA RESIDENTS TAKE TO THE STREETS OVER LAND SALE ISSUES
08:17