Ukhozi FM Current AffairsUkhozi FM Current Affairs

ABASIKI BEBUNDA: MARCH AND MARCH EKURHULENI LEADER GUNNED DOWN

View descriptionShare
 

Ukhozi Current Affairs

Ukhozi Current Affairs
891 clip(s)
Loading playlist

Inhlangano yomphakathi emelene nabantu bokufika abakuleli ngokungemthetho iMarch and March, isikuqinisekisile ukushona komholi wayo Ekurhuleni, odutshulwe washona esigamekweni okukholakala ukuthi ngesokusocongwa ngemumva kokulalelwa uyendle.

U Andile Somgxada udutshulwe ngesikhathi ephuma kwakhe mhla zizine kwephezulu, wabe esephuthunyiswa esibhedlela, lapho eshonele khona ngemuva kokunqontshwa amanxeba ngoLwesine wesonto eledlule.

Okhulumela iMarch and March uSandile Dube usichazele kabanzi ngalesigameko. 

  • Facebook
  • X (Twitter)
  • WhatsApp
  • Email
  • Download

In 2 playlist(s)

Ukhozi FM Current Affairs

Ukhozi FM News and Current Affairs. Brought to you by SABC News.
Social links
Recent clips
Browse 936 clip(s)