Ithala SOC Limited lizoqhubeka nokusebenza ngendlela ejwayelekile ngaphandle kokwamukela imali futhi ibhodi lizoqhubeka nokwengamela ukusebenza kwalo.
Lokhu emva kwesinqumo senkantolo ephakeme eMngungundlovu sokuba uJohannes Kruger, obhekele iPrudential Authority, angasiphikisa isinqumo sangaphambilini kodwa imiyalelo yenkantolo angeke isaguquka.
Sixoxisane noNkosikhona Duma okhulumela umnyango wezimali esifundazweni iKwaZulu-Natali kanye nosihlalo wekomidi elibhekelele ezomnotho nezokuvakasha ephalamende, uMafika Mndebele

ABASIKI BEBUNDA: BMA CLOSES SOME BORDERS IN LIMPOPO OVER FLOODS
05:19

ABASIKI BEBUNDA: BUS DRIVERS UNDER SATAWU TO GO ON STRIKE
06:45

EZANAMUHLA: PACKAGED REPORT ON KING CETSHWAYO: THE MUSICAL, CURRENTLY RUNNING AT THE PLAYHOUSE.
05:03