Iqembu i-ActionSA seligxeke uNgqongqoshe wokubusa ngokubambisana nezindaba zomdabu esifundazweni iGauteng uJacob Mamabolo ngokuvikela umasapala waseMfuleni.
Lokhu kulandela izinsolo zokungasetshenziswa ngedlela kwemali elingaliselwa ku 16 million wamarandi.
I-Action SA ithi lomaspala wakhokha le mali ngesikhathi uthenga izimoto eziyishumi nesikhombisa kodwa wagcina ngokuthola izimoto eziyisithupha kuphela.
Phambilini namuhla uFunzi Ngobeni uxoxisane no Dumisani Ndimande ohlelweni Ezisematheni ngalokhu.
Ohlelweni Abasiki Bebunda namuhla, sixhumane no Theo Nkonki okhulumela uNgqongqoshe uMamabolo, noveze ukuthi okushiwo iActionSA akunasisekelo njengoba loludaba lusaphenywa.

ABASIKI BEBUNDA: ETHEKWINI RATEPAYERS REJECT PROPOSED RATE INCREASES
18:03

ABASIKI BEBUNDA: ATM WANTS RAMAPHOSA IMPEACHMENT REVIVED DUE TO PHALA PHALA SAGA
07:54

EZANAMUHLA:Leader of Build One SA on United for change will no longer contest the polls under one umbrella
06:33