Ukhozi FM Current AffairsUkhozi FM Current Affairs

ABASIKI BEBUNDA: EFF PUSHES FOR ELECTORAL REFORM

View descriptionShare

Iqembu le Economic Freedom Fighters lithi lizokwenza iziphakamiso zokuba zonke izakhamizi zakuleli ezineminyaka engaphezu kweshumi nesithupha zibhaliswe kwikhomishana yokhetho ezimele ngenhloso yokuqeda ngomsebenzi owengeziwe ongenasidingo.

Umholi we EFF u Julius Malema umemezele izinguquko eziphathelene nokhetho ezizokwenziwa yileli qembu ephalamende ngaphambi kokuphela kwenyanga. 

Phakathi kwazo kubalwa ngisho nokubanjwa kokhekho olulodwa njalo emva kweminyaka emihlanu, ukuqinisekisa ukuthi uhulumeni ugxila ekuletheni izidingo emphakathini esikhundleni sokuchithwe isikhathi ngemikhankasa. Sixoxisane nelunga lesigungu esiphezulu se EFF uHlengiwe Mkhaliphi. 

  • Facebook
  • X (Twitter)
  • WhatsApp
  • Email
  • Download

In 2 playlist(s)

Ukhozi FM Current Affairs

Ukhozi FM News and Current Affairs. Brought to you by SABC News.
Social links
Recent clips
Browse 790 clip(s)