Umndeni ka Mthokozisi Mvelase (27) usakuthola kunzima ukubhekana nokulahlekelwa kwawo njengoba uthi awazi ukuthi uzothathani uhlanganise nani ukuze abuyiswe eGoli aphinde afihlwe ngesizotha. UMvelase, ongumshayeli wezimoto ezibizwa abagibeli besebenzisa ubuchwepheshe, udutshulwe waphinde washiswa kanye nemoto yakhe eMaponya Mall ngesonto eledlule.
Namuhla lomndeni uhanjelwe ungqongqoshe wezokuthuthukiswa komphakathi esifundazweni iKwaZulu-Natali uMbali Shinga obehambisana nezikhulu zalomnyango.
Sixoxisane noNtombenhle Khuzwayo ongudadewabo kamama ka Mthokozisi kanye no Zweli Ngwenya ongomunye wabasunguli be E-hailing Movement.

EZANGEMPELASONTO: ALL SYSTEMS GO FOR THE NATIONAL LANGUAGE SUMMIT
36:23

EZANAMUHLA: BOBBIE BEAR ON THE STATUS OF CHILDREN WHO ARE STATELESS DUE TO NOT HAVING PROPER DOCUMENTS.
32:32

EZANAMUHLA: Border Management Authority has begun a campaign to eradicate corruption at the country's ports of entry.
06:00