Umfundi wesikhungo semfundo ephakeme i DUT, useshonile emuva kokuba ewile ebhilidini ophikweni lwesikhungo iSteve Biko. Kunezinsolo zokuthi lomfundi uthathe impilo yakhe ngokuziphosa phansi kulelibhilidi. Esitatimendeni esikhululwe yi DUT, kuvele ukuthi abafundi basale beshaqekile futhi bephatheke kabi ngenxa yalesisehlakalo, kanti isihlele ukuba belulekwe ngokwengqondo kanye nezisebenzi. Igama lalomfundi lizodalulwa uma sekwaziswe umndeni wakhe.
Sixoxisane noSolomzi Zoleka - umengameli womkhandlu wabafundi kulesi sikhungo.

EZANGEMPELASONTO: ALL SYSTEMS GO FOR THE NATIONAL LANGUAGE SUMMIT
36:23

EZANAMUHLA: BOBBIE BEAR ON THE STATUS OF CHILDREN WHO ARE STATELESS DUE TO NOT HAVING PROPER DOCUMENTS.
32:32

EZANAMUHLA: Border Management Authority has begun a campaign to eradicate corruption at the country's ports of entry.
06:00