Ukhozi FM Current AffairsUkhozi FM Current Affairs

ABASIKI BEBUNDA: DECEASED DUT STUDENT'S MOTHER CONFUSED OVER HIS SUDDEN DEATH

View descriptionShare

Umama womfundi wase DUT, uKhabo Madela - Sangweni, usenxuse abafundi ukuba bakhulume nabazali uma bebhekene nengcindezi. Lokhu njengoba isikhungo semfundo ephakeme iDurban University of Technology, sibambe inkonzo yesikhumbuzo sika Siphokuhle Madela oshone ngenkathi ewa kwibhilidi ophikweni lwalenyuvesi, iSteve Biko. Kusolakala ukuthi uMadela uthathe impilo yakhe kanti ubenza iziqu eziphezulu kwiHealth Sciences. 

UMadela-Sangweni uchaze uSiphokuhle njengomuntu obezimisele ezifundweni zakhe, futhi ukushona kwakhe kumshiye nemibuzo eminingi. 

Sixoxisane nomama wakhe uKhabo Madela - Sangweni. 

  • Facebook
  • X (Twitter)
  • WhatsApp
  • Email
  • Download

In 2 playlist(s)

Ukhozi FM Current Affairs

Ukhozi FM News and Current Affairs. Brought to you by SABC News.
Social links
Recent clips
Browse 763 clip(s)