IBorder Management Authority (BMA) isimemezele ukuthi izoziqinisa kakhulu ezokuphepha emingceleni yezwe ngesikhathi samaholidi ephasika isebenzisa ezobuchwepheshe besimanje.
Lesisikhungo sithi sizosebenzisa ubuchwepheshe obusezingeni eliphezulu ukuvimbela ukungena kuleli okungekho emthethweni nokuqinisekisa ukuthi ukuhamba kwenzeka ngendlela engenazihibe.
Ungqongqoshe wezasekhaya u Dr Leon Schreiber, nokhomishana we-BMA Dr Michael Masiapato, baveze lokhu kwisithangami sezindaba phambilini namuhla.
Sixoxisane noMakhoshana Jakavula uyiphini likakhomishana kwi-BMA

ABASIKI BEBUNDA: COSATU REJECTS POST OFFICE LIQUIDATION PLANS
06:11

ABASIKI BEBUNDA: CITY OF UMHLATHUZE CONDEMNS INCIDENTS OF VANDALISM
08:08

EZANGEMPELASONTO: ALL SYSTEMS GO FOR THE NATIONAL LANGUAGE SUMMIT
36:23