Uphiko lwentsha lwe-ANC lwenze isiphakamiso sokuba kuxoshwe ongqongqoshe kanye nalabo abangamasekela ongqongqoshe beDemocratic Alliance kuhulumeni wobumbano. Lokhu emva kokuba bengavumanga ukuba kuphasiswe isabelo mali sika ngqongqoshe uEnoch Godongwana.
I-DA isezinhlelweni zokufaka isicelo enkantolo yamajaji eWestern Cape ngenhloso yokuphikisana nesinqumo sephalamende sokuphasisa isabelo mali.
I-ANCYL isola i-DA ngokuba osomathuba ngesikhathi kudingidwa ngalesisabelo sezimali ephalamende.
Sixoxisane nokhulumela iANCYL, uZama Khanyase.

EZANGEMPELASONTO: SANDU DETAILS CHALLENGES WITH DEPLOYMENT OF SANDF IN CRIME-RIDDEN AREAS
14:42

EZANAMUHLA: RTMC issues warning to road users ahead of Easter Weekend
22:24

ABASIKI BEBUNDA: OUTRAGE OVER NIGERIAN KING CORONATION IN KUGOMPO CONTINUES
08:55