Ukhozi FM Current AffairsUkhozi FM Current Affairs

ABASIKI BEBUNDA: FAMILY LEFT DISTRAUGHT FOLLOWING WATER TANKER INCIDENT THAT CRUSHED MAN TO DEATH

View descriptionShare
 

Ukhozi Current Affairs

Ukhozi Current Affairs
932 clip(s)
Loading playlist

Umkhandlu-dolobha weTheku uthi usebenzisana namaphoyisa kulandela ukushona kowesilisa oneminyaka engamashumi amathathu nesishiyagalombili oshayiswe yiloli likamasipala elithwala amanzi eAdams Mission eNingizimu yeTheku.

Lesigameko senzeke izolo ngesikhathi umphakathi uvuka umbhejazane ufuna ukuhlinzekwa ngamanzi ekanti kusolakala ukuthi izakhamuzi zivele zathukuthela zagan'unwabu ngemumva kokuthi iloli likamasipala elithutha amanzi lingamanga kulendawo ukuze linikeze abantu amanzi.

Sixoxisane no Nombuso Zungu, udadewabo ka Celani Zungu oshonile. 

  • Facebook
  • X (Twitter)
  • WhatsApp
  • Email
  • Download

In 2 playlist(s)

Ukhozi FM Current Affairs

Ukhozi FM News and Current Affairs. Brought to you by SABC News.
Social links
Recent clips
Browse 977 clip(s)