Ubusuku ObuhleUbusuku Obuhle

#Ubusuku Obuhle - Ezemfundo ( Sikhuluma ngesifo sofuba, Tuberculosis - 26 March 2024

View descriptionShare

Sikhuluma ngesifo sofuba, Ngesonto bekuwusuku lapho ekuqwashiswa khona ngesifo sofuba phecelezi Tuberculosis, uma sibuka ucwaningo luyaveza ukuthi Isifo sofuba singesesibili ngokubulala abantu abaningi, sithatha izimpilo zabantu abayizigidi ezingu-1.3 million emhlabeni jikelele kusukela ngo-2002. Lokhu kwenzeka nakuba kuyisifo eselaphekayo. INingizimu Afrika ingelinye lamazwe angamashumi amathathu -30 agcwele i-TB emhlabeni.

  • Facebook
  • Twitter
  • WhatsApp
  • Email
  • Download

Ubusuku Obuhle

Ubusuku Obuhle is Ukhozi FM’s flagship talk show. It aims to educate, inform and entertain listeners 
Social links
Recent clips
Browse 672 clip(s)