sibheka ukunganzinzi komnotho okwenze iningi labantu babheka amadlelo aluhlaza(impilo engcono)lokhu kuyimvelo nje.Nakuwona umkhakha wokufundisa into efanayo.
Uma kuvela amathuba angcono kungaba imali,ukukhula ngokomsebenzi,inhlalo lonhle bayahamba othisha kulomkhakha futhi kuhamba Lana abenza Kahle ngokomsebenzi wabo.