Ubusuku ObuhleUbusuku Obuhle

#Ubusuku Obuhle - Sikwa Dokotela noSikhulile Ngobese (Bipolar Disorder) - 08 May 2024

View descriptionShare

Sikhuluma no Sikhulile Ngobese oyi Mental Health Therapist
aphinde abe umqondisi we Hluma Wellness ozosikhanyisela nge Bipolar
Disorder. Kuningi ukungaqondi ngalesisifo njengoba kulula ukuthi izinkomba
zivele nakwezinye izifo nakuyo ingcindezi.

Uzosichazela ngokuthi iyini, kumele uhlolwe noma ungazibona ukuthi une
bipolar disorder, uma unama ‘mood swings’ noma i-depression ngabe
sekusho ukuqala kwalesifo noma cha? Ngabe siyalapheka na nokuthi
umndeni nabaseduze kwakho bangakweseka kanjani, kubalulekile
kangakanani ukuthi mabafundiseke nabo?

Sikwa Dokotela 

Mental Health Therapist and Director at Hluma Wellness

  • Facebook
  • X (Twitter)
  • WhatsApp
  • Email
  • Download

Ubusuku Obuhle

Ubusuku Obuhle is Ukhozi FM’s flagship talk show. It aims to educate, inform and entertain listeners 
Social links
Recent clips
Browse 726 clip(s)