Sizokhuluma nowesifazane oxakekile othandweni kukhona umlisa athandan naye kodwa into yabo iba on and off kanti kukhona omunye umlisa othe ukuba mdala kunaye othi ufisa ukuthi amzalelele ingane kuqala bese uyamlobola emuva kwalokho ngapha lona omunye umlisa akayikhulumi nhlobo indaba yengane yena usisi uthi uzizwa esekulungele ukuthi alamanise ngoba unayo ingane yokuqala kodwa manje akafuni ukuthi abe nengane yesibili engenaso siqiniseko sokuthi lendoda izokwazi ukunakekela lengane

#Jabulu Jule - Andile KaMajola - 02 October 2026
11:01

#Jabulu Jule - Ikhaya Lamaciko no Siyabonga Mpungose (R40 000) - 30 September 2026
16:00

#Jabulu Jule - Ingono yoMsamu no VVO - 30 September 2026
20:23