#Jabulujule - Ikhaya lamaciko
#Jabulujule - Ikhosomba lezingcithabuchopho - Mbuso Khozi - sikhuluma ngobumqoka bemisuka yamagama nokuyiqondaimisuka yamagama
#Jabulujule - ithemba alibulali (25 kuNtulikazi 2024)
#Jabulujule - Ngikhulekise kwehle umthwalo - uMfundisi uSthembiso Zondo usinikeza amazwi akhayo
#Jabulujule - Ingono yomsamo noDr VVO - Imisebenzi yesintu njengokuhlaba, ukugaya utshwala, ukushisa impepho kufanele kuhlonishwe
#Jabulujule - Tea Time noLady D - kuthiwa ucingo lukaphathina wakho ungalithinti luno anyanisi - sikhuluma noDJ Mgabe Magabaza umeluleki wezothando
#Jabulujule - Tea Time no Lady D - Sikhuluma udaba lowesifazane ofihlwa yindoda yakhe, iyibona ebusuku kuphela emini ayifuni babonakale behamba ndawonye .
Ngibingelele Mam Khoza Nomaleli woKHOZI FM Nginomuntu engizwana naye akangiphethe kahle izinto azenzayo ziyangihlukumeza wenza noma yini mangithi ngiyamkhuza ngiyamtsela ngamaphutha akhe akhwele azehlele ashiye angalazi angitsele ukuthi yena unomama bezingane zakhe yena kusamele aganwe mangizibheki…
#Jabulujule - Mpilonhle Mpilonde no Dr Nomcebo Mthembu - Siphendula imibuzo yabalaleli abesilisa, njengoba kuyinyanga yamadoda sibheka ukubaluleka kokuyozihlola kwamadoda kudokotela.
#Jabulujule - Notha Ujule Ngezamabhizinisi no Mpumelelo Zikalala - Sibuka ukubaluleka kwenkontileka phakathi komsebenzi nomqashi okungusomabhizinisi oqashe umsebenzi, lesisivumelwano sisho ukuthini kuzo zombili lezinhlaka.
#Jabulujule - Tea Time no Lady D - Sikhuluma ngodaba lowesifazane udidekile akazi enze njani. Ulimele kakhulu othandweni walimazwa umuntu owayethandana naye,kanti yena ubedlala ngaye.