Sikhuluma ngodaba lowesifazane onenkinga yothandiweyo wakhe owaya kumuntu ozibiza njengomelaphi wendabuko , wamhlolela wathola ukuthi unabantu abadala , uma engathathi lomsebenzi uzogula ngekhanda kanti emkuhambeni kwesikhathi kwatholakala ukuthi lomuntu unengcindezi yomqondo phecelezi depression wanikezwa namaphilisi udokotela kanti manje sekungathi anomthelela ongemuhle nasekamelweni ebudlelwaneni babo, manje lona wesifazane udidekile akazi noma enze njani.Inking aikuphi kahle hle, umsebenzi wabadala noma yingcindezi yangokomqondo

#Jabulu Jule - Bishop S.S Mdletshe - 23 July 2026
11:48

#Jabulu Jule - Ikhaya Lamaciko no Siyabonga Mpungose - 22 July 26
17:04

#Jabulu Jule - Ingono yoMsamu no VVO - 22 July 2026
15:32