Namhlanje besikhuluma nensizwa esancane yasendaweni yase-Hluhluwe, ebhekene nesimo sokucwaseka ekhaya lokhu kuza emva kokuthi emndenini uyena kuphela ongakaqondani namathuba omsebenzi naye abeke isinkwa etafuleni. Lokhu sekuze kwadala nenzondo kudadewabo ebebengamathe nolimi njengoba emsola ngokuthi uthakathwa yiyo lensizwa esengumuntu omusha.

#Jabulujule - Tea Time no Lady D 17 March 2026
23:31

#Jabulujule - Mpilonhle Mpilolonde no Dr Nomcembo Mthembu - Sikhuluma ngesifo samathambo iArthritis
01:03

#Jabulujule - Notha Ujule ngezamabhizinisi - Sikhuluma ngamalungelo omuntu onguso mabhizinisi. Wenza kanjani ukuthi uwabhekelela kanjani amakhasimende akho
18:37