Mam Khoza nginenkinga ngishade nomyeni wami ngo 2023. Kubo bakhonza koFakazi bakaJehova. Thina ekhaya silandela isintu. Sisalungiselela umshado wethu kwakuzinkinga ngoba kwamkhwenyana babengafuni ukuth kuhlatshwe nokubika. Kodwa bagcine bekhulumisene nomndeni wasekhaya bahlaba sashada nje kahle. Sithenge umuzi ke eGoli lasitoha khona nomyeni wami. Inkinga umyeni ufuna ukuhlaba abike umuzi wethu ngo December manje uyasaba ukutshela umama wakhe. Manje angaz ngingasho kanjan.Futhi Kimi kunzima ngoba kuzobe sengathi yimi engimenzisa lezizinto ekubeni yena akakhulunga ngazo. Ngicela ningisize nabalaleli ngenza njani makunje? Ngiyabonga kakhulu yimi ozithobayo ongathandanga ukuzidalula

#Jabulu Jule - Andile KaMajola - 02 October 2026
11:01

#Jabulu Jule - Ikhaya Lamaciko no Siyabonga Mpungose (R40 000) - 30 September 2026
16:00

#Jabulu Jule - Ingono yoMsamu no VVO - 30 September 2026
20:23