Mam Khoza nginenkinga yomyeni wami owashada behind my back ngilokhu ngihlezi emzini ekubeni kasangithandi uza nomfazi wakhe kubo phambhi kwami, lomuntu nginezingane ezintathu naye mesuka uthi izingane ezimbili akuzona ezakhe , wathi asenze DNA test nakhona yamhlula kodwa usaqhubeka ukuza nomfazi lowo. Ngicela ningisize ikuphi engingakwenza, uma kukhona owake wabhekana nale nkinga ngicela ningibonise bafazi kwenziwa njani makunje. Mam Khoza ngibuhlungu uma umuntu engimbiza ngomyeni wami ezoletha omunye umfazi ngikhona engazange ayixoxe nami

#Jabulu Jule - Bishop S.S Mdletshe - 23 July 2026
11:48

#Jabulu Jule - Ikhaya Lamaciko no Siyabonga Mpungose - 22 July 26
17:04

#Jabulu Jule - Ingono yoMsamu no VVO - 22 July 2026
15:32