JabulujuleJabulujule

#JabuluJule - Tea Time no Lady D -14 April 2026

View descriptionShare
 

Jabulujule 9 -12

Jabulujule with Lady D kuKhozi FM is an interactive magazine show catering for a wide variety of listenership with the aim to deliver information, pro 
2,162 clip(s)
Loading playlist

Ngicela ungifihle, ngashada ngimncane ngisebenza kahle ngiziphethe kahle. Ngangena emshadweni ngingenangane, ngashada nendoda enezingane eziyisihlanu kodwa yayingifihlele ngazo ngathola siqeda ukushada. Umyeni wami wayebamba eyeka ngemisebenzi yama tender, kuyimi omise ikhaya ngezidingo zanyanga zonke yena engafaki ngisho isenti elimnyama. Bengizama ukubekezela, ngaqhubeka ngamthanda futhi 5 min

ngimhlonipha noma engangitshengisi thando kimi, ngibekezele ngisho engishiya ngedwa sengikhulelwe ahambe amasonto engabuyi ekhaya kodwa ngahlala ngoba ngimthanda. Usevele wavuka nencane intombazane wangishiya kanjalo nengane wayokipita. Kubuhlungu mam Khoza angazi ngokuthi ngizenze njani ngoba iminyaka ewu 23 akuyona into encane, ngicabanga indlela ebengizinikele ngayo kulomshado, bengiphilela uku impresa umyeni ngimthanda ngaphezu kokuzithanda mina kodwa usevele wangishiya kanjalo. Kubuhlungu ngikhala ngizithulise, njalo ngivuka umcamelo umanzi ngoba lomuntu ubeyikho konke kimi kwazise angisenabo nabazali …

 

 GUEST - Mgabe Magabaza, Marriage & Relationship expert and a Therapist

  • Facebook
  • X (Twitter)
  • WhatsApp
  • Email
  • Download

In 1 playlist(s)

Jabulujule

Rural Development, women empowerment, crime awareness, health and lifestyle are what characterize Ja 
Social links
Recent clips
Browse 2,186 clip(s)