sikhuluma ngohambo lwempilo, uhambo olungelakho wedwa. Uhambo oluqala lapho ungakakuboni kahle, kodwa ngaphakathi kukhona okukudonsayo kukukhombise indlela.
Kuyenzeka empilweni umuntu akhonjwe indlela, kungaba ngamaphupho, izimpawu, noma amazwi abadala. Kodwa noma ukhonjiwe, akekho ozokuhambela leyo ndlela esikhundleni sakho.

#JabuluJule - Tea Time no Lady D - 06 May 2026
08:27

#Jabulujule -IKHAYA LAMACIKO no Siyabonga Mpungose - 06 May 2026
15:39

#Jabulu Jule - Mpilonhle Mpilonde no Dr Nomcebo Mthembu (Sikhuluma ngezinkinga eziqondene nekhala)- 21 April 2026
24:41