Jabulujule 9 -12
1,833 clip(s)
#Jabulujule - Mpilonhle Mpilonde no Dr Nomcebo Mthembu 09h30am : Namhlanje siphendula imibuzo yakho njengomlaleli, uma kukhona umbuzo ofisa ukubuza udokotela . Ilona thuba lakho, ungathumela voice note yakho ku 071 613 6667 noma ubhale khona la ku facebook wethu sizowafunda bukhoma. Lokho kungasiza nomunye umuntu obehkane nenkinga mhlampe onenkinga efanayo ncamashi neyakhe.
#Jabulujule - Ncipha Bugebengu no Brigadier Bhengu - Iqhaza labazali ekukhuliseni izingane, Isizulu sithi lugotshwa lusemanzi, asingavikeli izingane ezenza ubugebengu ngoba ziphinda zilethe izinkinga emakhaya.
#Jabulujule - Ikhaya Lamaciko - One Eye vs Mfundisi Wezinkondlo