EbukhoneniEbukhoneni

#EBUKHONENI - LAMATHAMBO ASENGAPHILA noMR PHILLIP SIBISI (20 APRIL 2025)

View descriptionShare

Lamathambo asengaphila from Ezekiel 37, the valley of dry bones with Mr Phillip Sibisi, washayiswa ibhasi ehamba ku pavement waba kwi comma ngoba wayelimele kabi eqhume nekhanda, izimbamo zahlaba amaphaphu waba mkhulu umonakalo ngaphakathi, amathambo ayefahlake wonke waba isicaba uDokotela wathi noma bangamyeka bangamsizi ngoba vele usemdala usengahamba noma inini emhlabeni kodwa uthi uMusa kaNkulunkulu wamkhipha kwi comma wahlala e ICU waze wa recover.

Ubuka isimo abuya kuso kodwa uThixo wamhlenga, manje uyaphila uyazihambela uzenzela konke kanti kwasekuthiwe sekuphelile ngaye.

  • Facebook
  • X (Twitter)
  • WhatsApp
  • Email
  • Download

In 1 playlist(s)

Ebukhoneni

Ebukhoneni is a soul uplifting gospel show that brings a blend of prayer, preaching, testimonies, so 
Social links
Recent clips
Browse 117 clip(s)