



#EBUKHONENI - LAMATHAMBO ASENGAPHILA noMHLENGI GWALA (08 MAR)
Namhlanje sino Mhlengi Gwala owaxolela abantu abamhlasela ezilolonga ezishovela ibhayisekili, bamlimaza kabi bamnquma imisipha kwacishe kwaphela ngekusasa lakhe Njengoba engomunye woshampeni asebeke bamela iNingizimu Africa kwi triathlon okungumdlalo ohlanganisa ukubhukuda, ukushova ibhayisikili Ka…

#EBUKHONENI - SETHULA IMITHWALO noREVEREND MAJOLA (08 MAR)

#EBUKHONENI - LAMATHAMBO ASENGAPHILA noAPOSTLE SV NXUMALO (01 MAR)
Namhlanje sibheka izingqinamba abantu ababiziwe ababhekana nazo, isihambeli sethu namhlanje u Apostle SV Nxumalo ozosilandisa ngohambo lwakhe noNkulunkulu olungelula. Uma ucabanga ukuthi uwe wedwa ozama ukuhlanganisa izinto zingahlangani, beka indlebe la ebukhoneni khona uzobona ukuthi unkulunkulu …

#EBUKHONENI - XOLA MOYA WAMI noPs T.S DLAMINI (01 MAR )

#EBUKHONENI - SETHULA IMITHWALO noPs K MSWELI (01 MAR)
Namhlanje sino Ps K Msweli webandla I WORD OF PROPHECY MINISTRIES osiphathele izwi lenkosi noMkhuleko.

#EBUKHONENI - Ps NKOSIYAZI DLAMINI (22 FEB)
Ps Nkosiyazi Dlamini esipha amazwi okuqina okholweni.

#EBUKHONENI - DR SUOANE MSOMI (22 FEB)
Dr Suoane Msomi webandla I Mount Zion Carr Nation usiphathele izwi lenkosi elizosipha amandla

#EBUKHONENI - BISHOP S.W & B NDLOVU (22 FEB)
Bishop S.W & B Ndlovu basiphathele izwi lenkosi noMkhuleko, abashadikazi ababambisene emsebenzini weNkosi so since kuyinyanga yothando sizobadedela basihlephulele izwi as I couple Kanye Kanye.

#EBUKHONENI - IZWI LOKUKHUTHAZA noMOM BISHOP MAKAMU (22 FEB)
Mom Bishop Makamu neZwi lokukhuthaza

#EBUKHONENI - LAMATHAMBO ASENGAPHILA noMR & MRS GCABASHE (15 FEB)