

#EBUKHONENI - LAMATHAMBO ASENGAPHILA noDR MTHOKO HLENGWA (25 JAN)
Kulelisonto lokugcina enyangeni ka January esigqugquzela ngayo kumlaleli wohlelo ukuthi imfundo iyadlisa, imfundo ibalulekile kuwo wonke umuntu, omdala nomncane. Namhlanje sino Dr Mthoko Hlengwa oneziqu zokuba umfundisi, ukhulele enkonzweni, ungumtwana kaNkulunkulu okwathi noma eluzwa futhi elubon…

#EBUKHONENI - XOLA MOYA WAMI noFUNDISWA XABA (25 JAN )

#EBUKHONENI - SETHULA IMITHWALO noDR FAVOUR MABASO (25 JAN )
Sermonette and Prayer namhlanje sino Dr Favour Mabaso webandla I Home Of Divinity ukuzokhulekela izicelo zokwethulwa imithwalo esindayo.

#EBUKHONENI - LAMATHAMBO ASENGAPHILA noDELANI MAKHAYE (18 JAN)
Namhlanje sino Mnz Delani Makhaye ongumntwana kaNkulunkulu osindisiwe, okhule impilo inzima kodwa waphokophela ukuthi afunde khona ezoshintsha isimo sakhe nesasekhaya. Njengoba siseNyangeni kaJanuary sihalalisela bonke abafundi abaphumelelile ngonyaka odlule bese sigqugquzela ukuthi imfundo iyadli…

#EBUKHONENI - SETHULA IMITHWALO noPs K MNCWABE (18 JAN )
Sermonette and Prayer Namhlanje sino Ps K Mncwabe osiphathele izwi lenkosi noMkhuleko.

#EBUKHONENI - LAMATHAMBO ASENGAPHILA noSIYANDA MWELASE PETERSON (11 JAN)
Kulengosi sikhuluma nomuntu omusha u Siyanda Mwelase Peterson osebhekane nokugula okuhlukahlukene njenge Colon Cancer ne Myelitis okuyisifo sokuvuvukala komgogodla.

#EBUKHONENI - SETHULA IMITHWALO noPs MBHELE (11 JAN )
Sermonette and Prayer Namhlanje sino Ps Mbhele osiphathele izwi lenkosi noMkhuleko.

#EBUKHONENI - XOLA WOYA WAMI noDR MADIKANE (04 JAN)
Xola Moya wam namhlanje sikhuluma ngokuqala kabusha no Dr and Evangelist Madikane.

#EBUKHONENI - SETHULA IMITHWALO noPs V CEBEKHULU (04 JAN )
Sermonette and Prayer Namhlanje sino Ps V Cebekhulu osiphathele izwi lenkosi noMkhuleko.

#EBUKHONENI - LAMATHAMBO ASENGAPHILA noKAYLIN SOOBRAMANIAN (28 DEC)
Namhlanje kulengosi ethi LAMATHAMBO ASENGAPHILA, sihleli no Kaylin Soobramanian ongumlingisi kwezikaqedisizungu emidlalweni weMbewu/ The seed ewumlingisi ogama lakhe lingu Thusheleni, sixoxa ngokuhle nobunzima abhekane