Kulelisonto lokugcina enyangeni ka January esigqugquzela ngayo kumlaleli wohlelo ukuthi imfundo iyadlisa, imfundo ibalulekile kuwo wonke umuntu, omdala nomncane.
Namhlanje sino Dr Mthoko Hlengwa oneziqu zokuba umfundisi, ukhulele enkonzweni, ungumtwana kaNkulunkulu okwathi noma eluzwa futhi elubona ubizo phezu kwempilo yakhe waqhubeka nokufunda.
Ezinye zeziqu anazo I …
2006: Bachelor of Arts (Psychology and Sociology)
2007: Bachelor of Social Science Honours (Psychology)
2011: Masters of Social Science (Health Promotion), University of KwaZulu-Natal
2019: PhD in Community Psychology (University of Zululand).
2024: Director: Mental Health Services and Research Development - Shingahle Consultants (Pty) Ltd
2025: Senior Lecturer and Acting HoD: University of Zululand, Department of Psychology

#EBUKHONENI - LAMATHAMBO ASENGAPHILA noPs SIZWE MANQELE (01 FEB)
37:04

#EBUKHONENI - SETHULA IMITHWALO noPs A MANGALA (01 FEB)
14:20

#EBUKHONENI - XOLA MOYA WAMI noFUNDISWA XABA (25 JAN )
07:51