EbukhoneniEbukhoneni

#EBUKHONENI - LAMATHAMBO ASENGAPHILA noDELANI MAKHAYE (18 JAN)

View descriptionShare

Namhlanje sino Mnz Delani Makhaye ongumntwana kaNkulunkulu osindisiwe, okhule impilo inzima kodwa waphokophela ukuthi afunde khona ezoshintsha isimo sakhe nesasekhaya.

Njengoba siseNyangeni kaJanuary sihalalisela bonke abafundi abaphumelelile ngonyaka odlule bese sigqugquzela ukuthi imfundo iyadlisa futhi ibalulekile. 

Delani Makhaye ungomunye wabagqugquzela ukukholwa neMfundo ukuthi izikhali ongahlukani nazo uma ufuna ukuphumelela empilweni. UMakhaye uneziqu ze Cost and Management Accounting, Business Management njengamanje wenza izifundo ze MBA.

Usebenze ezinhlakeni ezehlukene njengokuba usihlalo we KZN Youth Chamber of Commerce, waphinde waba uSihlalo we Progress Youth in Business waphinde waba yilunga lebhodi e Durban Universiy of Technology usebehlale emkhakheni wamabhinizisi iminyaka engamashumi amabili, njengamanje ungu Chairman we Makaya investment Group ne MGI weighbridges

  • Facebook
  • X (Twitter)
  • WhatsApp
  • Email
  • Download

In 1 playlist(s)

Ebukhoneni

Ebukhoneni is a soul uplifting gospel show that brings a blend of prayer, preaching, testimonies, so 
Social links
Recent clips
Browse 101 clip(s)