Lamathambo asengaphila from Ezekiel 37, the valley of dry bones with Mom Nomcebo Msimanga usilandisa ngokuthembeka kukaNkulunkulu ohambeni lakhe lokukholwa.
Uthi wakhulelwa emva kwezinyangana ezine wopha, uDokotela aphuthumela kuye wathi isisu sesiphuphumile kuzomele amhlelele ukuyo klina akhiphe udoti kodwa umyeni wakhe wanqaba ukuthi ayiswe e Theatre kunalokho wamkhulekela ubusuku bonke ebiza uNkulunkulu ophilayo, amaziyo owenza izimangaliso.
Uma bebuyela kuDokotela ngosuku olulandelayo, udokotela wathi ingane isiyaphila, namhlanje lengane ineminyaka eyishumi nantathu (13) kwaba yizwi likaDokotela vs Izwi likaNkulunkulu

#EBUKHONENI - LAMATHAMBO ASENGAPHILA noMOM MBONGWA(22 MAR)
32:58

#EBUKHONENI - UMCULI WEKHETHELO noMTHOKOZISI ZAKWE (22 MAR)
06:24

#EBUKHONENI - SETHULA IMITHWALO noPs ZIKHALI (22 MAR)
13:05