Dankie 1223Dankie 1223

“Yini Esiyasilahlekela?” - Amagugu Ezemvelo | Umphako Wemvelo

View descriptionShare
 

Ngesikhathi sigubha inyanga yamagugu, sivame ukukhuluma ngolimi, amasiko, umculo, ukudla kanye nemikhuba esiyithole kokhokho bethu. Kodwa kukhona olunye uhlobo lwefa esingase silahlekelwe yilo kancane kancane, ulwazi lwezolimo olwaludluliselwa ezizukulwaneni ngezizukulwane.

Umbuzo wethu kuwena uthi, yini eyayaziwa ogogo nomkhulu bakho mayelana nokulima nokutshala osubona sengathi iyanyamalala namuhla?

  • Facebook
  • X (Twitter)
  • WhatsApp
  • Email
  • Download

In 1 playlist(s)

Dankie 1223

It is an urban show for Afropolitan: Young, urban and culturally savvy with a global outlook. Inhabi 
Social links
Recent clips
Browse 1,656 clip(s)